Skip to content
eBook Charts
US
ISIKOLE SABAHOLI

ISIKOLE SABAHOLI

SANDILE MPISANA & Mpostoli

$10.99

Buy on Amazon View on Apple Books

Prefer it in print? See every format on Amazon →

Price on Apple Books. Amazon’s price may differ.

Read a lot? Try Kindle+ * · Compare subscriptions

Published
Genres
Religious FictionFiction & Literature

Description

IGAZI LIKAJESU LIYAKUBIZA - ISIKHALI SOKUPHILA

Lencwadi ayiyona nje incwadi yokufundwa kuphela -kepha iyisikhali esinamandla angunaphakade, umkhonto kaNkulunkulu wokuhlenga, nokunqoba izinhlelo zobumnyama. Emblabeni ogcwele izinsongo ezingabonakali, ukucindezeleka okungokomoya, nezinhlelo zikadeveli zokuhlukumeza abantu bakaNkulunkulu, igazi likaJesu limi njengovimbayo onganqotshwa, njengamandla angenakuhlulwa, njengento eyodwa engathatha umuntu amkhuphule aphume ekuboshweni, ekuguleni, nasebumnyameni.

Kusukela ekugaleni kwesikhathi, igazi lalikhuluma. Lakhala ngephango ngesildhathi u-Abela ebulawa, lahamba phambili kwabayinzalo ka-Israyeli eGibhithe ngesikhathi kwengezwa iNkosi yeSiphephelo, lamisa isivumelwano, futhi ekugeineni, lachicheka esiphambanweni ukuze kuhlengwe izono zomhlaba wonke.

Namuhla, igazi lisakhuluma! Lisasebenza: Liyaphulukisa, Liyahlenga, Liyavikela, futhi liyaphula wonke amaketango ezitha. Lencwadi iy simemezelo esmamandla kubo bonke abantu emblabeni wonke: isikhathi sokubuyela egazini likajesu sesifikile!